[Music] Spirit Of Praise – Asikho Isikhali (Live) ft. Dumi Mkokstad
Posted by badgeNanla 0
Spirit Of Praise – Asikho Isikhali (Live) ft. Dumi Mkokstad

South African singer-songwriter and performer, Spirit Of Praise, introduces a song titled "Asikho Isikhali (Live)".


SureToBet Predictions

The track "Asikho Isikhali (Live)" is an incredible piece of music that deserves a spot on your Playlist.

Furthermore, the impressive single features Award-winning music star, Dumi Mkokstad who delivered an outstanding verse.

Listen and Download below.

Don't miss out on the latest release from Spirit Of Praise titled "Asikho Isikhali (Live)".


Spirit Of Praise Asikho Isikhali (Live) Lyrics:
Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula Lapho
Kungadluli muntu khona

Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula Lapho
Kungadluli muntu khona

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJehova engaKithi

Siqala eDolweni
Umasiya empini
Ngoba amandla ethu
Ase Mkhulekweni
Ase Mkhulekweni
Laph’ usathane Ehlasela
Sibika eNkosini
Inkosi isibiyele
NgeMuva nangaphambili
Laph’ usathane Ehlasela
Sibika eNkosini
Inkosi isibiyele
NgeMuva nangaphambili

Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula naLapho
Kungadluli muntu khona

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJehova engaKithi

Noma sesifakwa Emlilweni oPhindaphindiwe
Siyaphila
naseMgodini weziNgonyama
Siyaphila

Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi
bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto
Siyaphila
Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni
Siyaphila
inkosi isibiyele
Ngemuva nangaphambili
Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi
bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto
Siyaphila
Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni
Siyaphila
inkosi isibiyele
Ngemuva nangaphambili

Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula naLapho
Kungadluli muntu khona
Kungadluli muntu khona
Kungadluli muntu khona
Kungadluli muntu khona

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJeohova engaKithi


Written:


DOWNLOAD Asikho Isikhali (Live) by Spirit Of Praise MP3 [17.12 MB]


Do you wish to initiate a DMCA takedown report? Kindly send details to [email protected]


Do you want your song on HipHopkit? Upload Your Song.


Hottest Artists

What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post